Mafikizolo, Sjava - 10k lyrics

[Mafikizolo, Sjava - 10k lyrics]

Uthando lwakho lungishaya ten thousand
Ubusuku ne mini ngiyafa ngawe
Uthando lwakho lungishaya ten thousand
Ubusuku ne mini ngiyafa ngawe

Oh giya mizwa yami (Giya, giya)
Kukhala umzwilili enhlizweni
Giya mizwa yami (Giya, giya)
Oh ngithi giya mizwa yami weh (Giya weh)
Oh giya mizwa yami (Giya, giya)
Kukhala umzwilili enhlizweni (Giya weh)
Oh giya mizwa yami (Giya, giya)
Oh ngithi giya mizwa yami weh (Giya weh)
Angazi ngilalephi mangithi ngyachaza
Angazi ngiqalephi mangithi ngyanaba
Kusukela ek'qaleni wena wangi chaza
Wavele waduka nami (Waduka nami)
Angazi ngilalephi mangithi ngyachaza
Angazi ngiqalephi mangithi ngyanaba
Kusukela ek'qaleni wena wangi chaza
Wavele waduka nami (Waduka nami)

Uthando lwakho lungishaya ten thousand
(Shaya ten thousand)
Ubusuku ne mini ngiyafa ngawe
(Hay' ngiyafa ngawe)
Uthando lwakho lungishaya ten thousand
(Hay' lungishaya 10K) ubusuku ne mini
(yeah, yeah, yeah
Yeah) ngiyafa ngawe (Hay' angiyazi intw'nje)

Uthando lwakho dali, hay' lungishaya 10k
Mangik’buka dali
Ngigeza mehlo hay' ngik’buka 5k
Queen meets King
Then the puppy love thing Andre 3k
You special uyi 38
Uyintanga yami hay' angiz’shayi ngama 2k
Intw’ engiyithanda ngawe
Ukuthi uyazaz’ ufunani
Hay' awuhambi nomoya, hay' awududwa abangani
Mang’nawe k’gidi nhliziyo
Ngicela ningalikhiphi ledliso
Zishebo zomfino nombhido
Mawungithinta kukhuphuki libido
Ngigudl’ oShuku, ngi cross i-border
Ngiye Swatini ngiyolobola
Masezuw'shaya k’yogqoz’ imfene
Hay' umthakath’ uyozonda
MaDlamini jama kaSjadu
Zizi elimnyama ney’ nkomo zalo
Buhl’ obunje, buhle bendalo
Wah wah wah, Sobhuza somhlola

Uthando lwakho
(Uthando lwakho) lungishaya ten thousand
(Lungishaya ten thousand)
Ubusuku ne mini ngiyafa ngawe
(Hay' mina ngiyafa ngawe)
Uthando lwakho lungishaya ten thousand
(Lungishaya ten thousand)
Ubusuku ne mini ngiyafa ngawe
(Hay' ngiyafa ngawe)

Angwabolekanga mehlo mina ngazalwa nawo
Ingakho ngikwazi ukuyibona
Imbali eqhakazile emhlabeni
Angwabolekanga mehlo mina ngazalwa nawo
Ingakho ngikwazi ukuyibona
Imbali eqhakazile emhlabeni
Ngizokutotosa (Owami wena)
Ngzok’phatha okweqanda ng’zokutotosa
(Owami wena) uyayitoboza (Owami wena)
Nhliziy' igxuma okwentothoviyane (Owami wena)

Uthando lwakho lungishaya ten thousand
Ubusuku ne mini ngiyafa ngawe
Uthando lwakho lungishaya ten thousand
Ubusuku ne mini ngiyafa ngawe

Interpretation for


Add Interpretation

Add extended interpretation

If you know what the artist is talking about, can read between the lines, and know the history of the song, you can add interpretation to the lyrics. After checking by our editors, we will add it as the official interpretation of the song!

Latest added interpretations to lyrics

A B C D E F G H I J K L M N O P Q R S T U V W X Y Z #
Interpret