Mafikizolo - Fatela lyrics
[Mafikizolo - Fatela lyrics]
Ngisayophanda ngaphesheya ngizozibuyela
Ubulalela mangik’tshela ngiyafatela
Ngisayophanda ngaphesheya ngizozibuyela
K’phela kwe nyanga ngiyophuma ngishone kuwe
Ngihamb’ ama kilometre mina ngiyehl’imifula
Nghlangabez’ ikhukhula noma kwenyuka
Uzong’thola emlanjeni sthandwa sam'
Ubulalela mangik’tshela ngiyazifela
Ngisayophanda ngaphesheya ngizozibuyela
Ubulalela mangik’tshela ngiyafatela
Ngisayophanda ngaphesheya ngizozibuyela
Ngizokulinda sthandwa sam' uzufik’ekhaya
Ngikunik’ uthando we nhliziyo yam'
Ngizokulinda, ngizokulinda
Ngizokulinda uzufike
Ngizokulinda sthandwa uzufik’ ekhaya
Ngikunik’uthando we nhliziyo
Ngizokulinda, ngikulinde, ngikulinde, uzufike
Ngifanelwe imiqhele yegolide
Mpumelelo nokuhle kodwa nokuhle kodwa
Nokuhle kodwa nokuhle kodwa
Ubulalela mangik’tshela ngiyazifela
Ngisayophanda ngaphesheya ngizozibuyela
Ubulalela mangik’tshela ngiyafatela
Ngisayophanda ngaphesheya ngizozibuyela
Zizojik’ izinto ziyojik’ izinto zibe posh
Ay' ukhululeke wena my lavo
Bek’mele bazokuthola
Ngizokulinda sthandwa sam' uzufik’ekhaya
Ngikunik’ uthando we nhliziyo yam'
Ngifanelwe imiqhele yegolide
Mpumelelo nokuhle kodwa nokuhle kodwa