Mafikizolo - Ngeke Balunge lyrics

[Mafikizolo - Ngeke Balunge lyrics]

Sebethi abazingeni masixabene
Kodwa masithandana bangena shi
Sebethi abazingeni masixabene
Kodwa masithandana bangena shi

Ake basixolele, basinik' umoya
Ayi abasixolele,  bayek' umona
Ake basixolele, basinik' umoya
Ayi abasixolele, bayek' umona

Ngeke balunge ngeke basiqede
Ngoba kusobala lolu thando ngeke
Lwavalwa ngubala ngeke balunge
Ngeke basiqede ngoba kusobala lolu thando
Ngeke lwavalwa ngubala

Bazondiza ngemishanelo abathakathi
Bazofica mina nodali wami sizihlalele khona
Bazondiza ngemishanelo abathakathi
Bazofica mina nodali wami sizihlalele khona



Ake basixolele, basinik' umoya
Ayi abasixolele, bayek' umona
Ake basixolele, basinik' umoya
Ayi abasixolele, bayek' umona

Ngeke balunge ngeke basiqede
Ngoba kusobala lolu thando
Ngeke lwavalwa ngubala ngeke balunge
Ngeke basiqede ngoba kusobala lolu thando
Ngeke lwavalwa ngubala

Abadede impela (Abadede impela)
Kufik' izingwazi (Kufik' izingwazi)
Abadede impela (Abadede impela)
Kufike thina (Kufike thina)
Abadede impela (Abadede impela)
Kufik' izingwazi (Kufik' izingwazi)
Abadede impela (Abadede impela)
Kufike thina (Kufike thina) aw weeh (Weeh)
Kufik' izingwazi (Kufik' izingwazi)
Aw weeh (Weeh) kufike thina (Kufike thina)
Aw weeh (Weeh)
Kufik' izingwazi (Kufik' izingwazi)
Aw weeh (Weeh) kufike thina (Kufike thina)

Ngeke balunge ngeke basiqede
Ngoba kusobala lolu thando
Ngeke lwavalwa ngubala ngeke balunge
Ngeke basiqede ngoba kusobala lolu thando
Ngeke lwavalwa ngubala

Ngeke balunge ngeke basiqede
Ngoba kusobala lolu thando
Ngeke lwavalwa ngubala ngeke balunge
Ngeke basiqede ngoba kusobala lolu thando
Ngeke lwavalwa ngubala

Interpretation for


Add Interpretation

A B C D E F G H I J K L M N O P Q R S T U V W X Y Z #
Interpret