Z’Fynest, Basi Kay - 2016 lyrics

[Z’Fynest, Basi Kay - 2016 lyrics]

I can see from a distance
When I look at your future it’s so bright
(2016 umuntu omnyama usahlupheka)
When I look at your pretty face in
This space it’s just so mad
(2016 umuntu omnyama usahlupheka)
Well I thought I made it
I thought I made it yeah
(2016 umuntu omnyama usahlupheka)
Till you came into my life, I feel so bad
(2016 umuntu omnyama usahlupheka)

Sibonga abaphumele ngazi nompumelelo
Wathola imetric certificate ebonakele
Kanti sekuwonakele izinto angazange azibheke
Ishoprite, ikhona, nokuba yisigebengu
Wacela ama bursaries, wacela ama loan
Wabheka ama tertiaries, wabheka umalume
Wangcine wayithola into ebekayifuna
Kodwa it didn’t last isecond
Year azange ayinuke
Wacela ama bursaries, wacela ama loan
Wabheka ama tertiaries, wabheka umalume
Bagcina bamuthuka abanye abantu
Bathi do something with your life ntombazana
Wagcina athengisa amatamati shem
Wazibona seka cleaner ama toilet shem
Kwaphenduka ithembha makwezwa kuthiwa
Fees must fall fees must fall

I can see from a distance
When I look at your future it’s so bright
(2016 umuntu omnyama usahlupheka)
When I look at your pretty face in
This space it’s just so mad
(2016 umuntu omnyama usahlupheka)
Well I thought I made it
I thought I made it yeah
(2016 umuntu omnyama usahlupheka)
Till you came into my life, I feel so bad
(2016 umuntu omnyama usahlupheka)

1994 unyaka engazalwa ngawo
They told me I’m a born free
Kodwa indlala ngiyayazi
Ukuhlupheka ngiyakwazi
Ukulala ngesopo uphinde uvuke ngawo amanzi
Kubobonke emkhukhwini
Kubobonke abangatholi umusebenzi
Kubobonke estrdeni impilo inzima
Kubobonke emkhukhwini
Kubobonke abangatholi umusebenzi
Kubobonke estrdeni
Impilo inzima for umuntu omnyama

How can we let this life
Destroy the both of us? We should had known
And let go, yeah

I can see from a distance
When I look at your future it’s so bright
(2016 umuntu omnyama usahlupheka)
When I look at your pretty face in
This space it’s just so mad
(2016 umuntu omnyama usahlupheka)
Well I thought I made it
I thought I made it yeah
(2016 umuntu omnyama usahlupheka)
Till you came into my life, I feel so bad
(2016 umuntu omnyama usahlupheka)

Interpretation for


Add Interpretation

Add extended interpretation

If you know what the artist is talking about, can read between the lines, and know the history of the song, you can add interpretation to the lyrics. After checking by our editors, we will add it as the official interpretation of the song!

Latest added interpretations to lyrics

A B C D E F G H I J K L M N O P Q R S T U V W X Y Z #
Interpret