Black Coffee, Mbuso Khoza - UThando lyrics

[Black Coffee, Mbuso Khoza - UThando lyrics]

Thando uyadida, ngokuhlala enhliziyweni
Nhliziyo lawe uyaxhaka
Nhokuhla emfihlakalweni
Awuko nowodwa umthambo okhombisa lapho
Okuhlala khona uthando
Engabe besabekhona na
Abathanda ngakho konke abalakho
Abathanda ngomphefumulo wonke
Abathanda ngenhliziyo
Ngob' uthando silufuna endaweni ezahlukileyo
Abanye balufuna emalini uthando
Abanye balufuna ezimotweni, uthando
Awwwwu 'thando waze lwabadida
Kukho nkonke esikufunayo
Emhlabeni lesingakwenza
Uthando luhlalaendaweni yalo
Sizwa ngomusa lomgqhumu enhliziyweni
Ungasebenzangokuzikhandla, uzuze konke
Okufunayo
Kodwa uthando luyahlala emfihlakalweni iiiii
Kodwa uthando ligidiza lapho
Okungaboni muntu khona
Okwalwumhlaba kukandla inhliziyo
Okwalelilizwe kuyawu kandl' umoya
Hlal' unjalo ufuna uthando laph' ongakhona
Hlal' unjalo uhlezi ndawonye lo thando
Hlal' unjalo ujaqa uqazindlеlaaaaa
Ehhhee futhi thandooo

Interpretation for


Add Interpretation

Add extended interpretation

If you know what the artist is talking about, can read between the lines, and know the history of the song, you can add interpretation to the lyrics. After checking by our editors, we will add it as the official interpretation of the song!

Latest added interpretations to lyrics

A B C D E F G H I J K L M N O P Q R S T U V W X Y Z #
Interpret