Mlindo the Vocalist - Usbahle lyrics

[Mlindo the Vocalist - Usbahle lyrics]

Uxolo Bafethu Mina Ng'khetha Lomntwano Ngale

Ufike Ngasekhay' Izolo Ng'cabang'
Ukuthi Behamba NoSbahle

Kwaphela Imali KA Mjitha iyhoo

Wahlanyu MJith' Ehlel' Ekhoneni
(yhoo whoh wo)

Uxolo Ntombazane Ibizwa Ngantoni Na
Lent' Oyenzayo

Hlanya Majith' E Clubini

K'phel' Imali Yam K'phele NekaBafo

"Wena Uzolala Nami"

Angek' Phuz' Mali Yam'

Bes'Ungshiya Kanjalo

Ubesubatshele Ngithe

"Abangan Bakho Angek' Bahambe"

Kahle Kahle Mina Sis' Wam
K'shuth Ng'nenhliziywe Ncane

Ang'zwan' Nomuntu Ongbangel'
Ushukela Sbali

Ugcine Lahlekile Kanjalo uSbahle

Ube Groov (a) Kuze Kus' USbahle

Phela Ubekhokha Ngabo Bona Lobuhle

Ubuso, Inyawo, Umzimba

Ngyakutshela Sbali Konke Kuhle

Bebemphuzisa Bavele Babesebamudle

Namhlanje Askhali

Lomjith' Obehambe Naye Ummithisile
Mft USbahle

Bath' Mengafun' Ukukhipha Isisu Akahambe

Phela Ubewudayisa Umzimba Wakhe Usis'USbahle

Manje LoMjith' Yena Akafune Ngane
Khulum' Qiniso Mft
Siyamkhumbula Thin'uSbahle

Amavosho I Walk ye phara Bekubuzwa Kuye

Nami Ngzamile mft Nami Ukumkhuza USbahle

Ngib' Nguban' Kodwa Mina
Ngoba Vele Angfundile

Ubengasikhulumisi Phela Thina mft USbahle

Ngoba Uyaz' As'sebenzi K'shuth
Angeke Simphuzise

Namhlanje Uyaz'sola

Ukhumbula Ngenkathi Bemthatha e-Club
(ini) bamtshela Bathi "Wena Uzolala Nami"

Uvuma Kanjan' Uk'hamba Nomuntu
Ongamaz' Ek'tshela Cash
"Wena Uzolala Nami"

Nan' Mantombazane Anizihloniphi
"Wena Uzolala Nami"

Interpretation for


Add Interpretation

Add extended interpretation

If you know what the artist is talking about, can read between the lines, and know the history of the song, you can add interpretation to the lyrics. After checking by our editors, we will add it as the official interpretation of the song!

Latest added interpretations to lyrics

A B C D E F G H I J K L M N O P Q R S T U V W X Y Z #
Interpret