Teargas - Take It Easy lyrics

[Teargas - Take It Easy lyrics]

Hey wena galakajana kunini usithatha kancane
Bheka manje ubanda kanjani
Hey uthanda kanjani! Hey wena galakajana
Kunini usithatha kancane
Bheka manje ubanda kanjani
Hey uthanda kanjani!

Khon' ozokhala la, mfan' uzothi unebhadi
Asizang' zodlala la, asinaso lesoskhathi
Ungazosangana, sok'qedela i party
Ngoba abafana nawe can’t tell me nothing
Eintlek bow’cabangani sigijimisa le-cheese
Thina everyday
Mara sizwa bathi une-beef so sicela i-plate
Geez for heaven’s sake
K’dala ubuzy ukuk’ insimbi mara namanje
Yithi ama heavy weight
Hayi suka… clever ngek' uy’mele may’suka
(Hayi magenge hayi kabi hayi iphutha)
Sik’bhambe ngama-finger prints
Ngoba la uhamba khona ushay’ iythupha
Ubungazi we are the wrong crew to fight
Umangabe uphuza mfanakithi uphuze right
Yah siyabazi the khuluma kakhulu type
Bizan' i-plumber lana kuzoqhum’ i-pipe
Oh no thina sizow’vala lo mlomo
Mfanakithi sizok' khiph’ ikani
Brika man mina ngiphethe izinja zam’
Joe they can pretty dance so
Take it easy sani

Maw’nenkinga sizokuthathela ama-steps
Maw’ngaboni sizok' fakela ama-specs
Sikwenze busy (uzolandwa clever)
Easy (uzolandwa clever)
U-bhizi uloko ushaya ama-pecks
Wazi kahle ukuthi awuna niks
Take it easy (uzolandwa clever)
Easy (uzolandwa clever)

Bheka manje sow’ jampa ama-fence
Bheka manje sow’nuka ama-steps
Uzobanjwa clever
Ungasenzi sithathe ama-further steps
Ungasenzi vele sisayine ama-cheque
Uzogandwa clever
Bheka manje sow’lande abogata
Sow’ngene ku-june july
Mfanakithi ubhekene ney’khulu la
Uzolandwa ngendluzula
Uzohlangana ney’khukhula
Ubos'khuphula before uyisusa
Bengamulali bengimthusa
Hayi bengimkhuza, hayi bengimvusa
Hamb' ekasi uyobabuza, bazok’tshela ngami
Abongwana baz'fela ngami
Uthath’ i-cover mangivela sani
Mas’hlangana soxabana amakomishi azophambana
And angifuni ukubona abakini
Edladleni bazokhalaza

Maw’nenkinga sizokuthathela ama-steps
Maw’ngaboni sizok' fakela ama-specs
Sikwenze busy (uzolandwa clever)
Easy (uzolandwa clever)
U-bhizi uloko ushaya ama-pecks
Wazi kahle ukuthi awuna niks
Take it easy (uzolandwa clever)
Easy (uzolandwa clever)

Qhubeka ulib' u-speeda unyathelana
Ne-speed trap
Uzogijima uzojima ngathi ufuna i-six pack
Angikhulumi ngebiya you probably need that
Street cred izokushiya nge-gap
Like Pitch Black
Nina manipepereza mfana thina besikgereza
Nina manikhekheleza mfana thina besithesha
Ngizonifak’ i-verstaan ene
Ngizoyifaka ngenkani
Cause niyafakana nama-bra nje ngamantombazana
Ene akupheli iviki ngingadonsi umphini wepiki
So kumele wenze ungangidini
Uzogcwal’ ijalidi kini
Fika bakini bazam' uk’khuza ang'zwisisi
Uyadelela maw’neympintshi unyathela
K'phela mabriki
Angis’umalume wenu but ningabashana kim’
Can’t pass china kimi, can’t fight sala kini
Noma ungavutha umlilo we paraffin
Ungazodlalela la kimi uzothela ama-saladini

Maw’nenkinga sizokuthathela ama-steps
Maw’ngaboni sizok' fakela ama-specs
Sikwenze busy (Uzolandwa clever)
Easy (Uzolandwa clever)
U-bhizi uloko ushaya ama-pecks
Wazi kahle ukuthi awuna niks
Take it easy (Uzolandwa clever)
Easy (Uzolandwa clever)

Hey wena galakajana kunini usithatha kancane
Bheka manje ubanda kanjani
Hey uthanda kanjani! Hey wena galakajana
Kunini usithatha kancane
Bheka manje ubanda kanjani
Hey uthanda kanjani!

Interpretation for


Add Interpretation

Add extended interpretation

If you know what the artist is talking about, can read between the lines, and know the history of the song, you can add interpretation to the lyrics. After checking by our editors, we will add it as the official interpretation of the song!

Latest added interpretations to lyrics

A B C D E F G H I J K L M N O P Q R S T U V W X Y Z #
Interpret